Nkosi veterinary consultation

Call Directions Contact the business

Nkosi veterinary consultation Ask anything about your animal for free

16/11/2026

Wake wezwaphi ukuthi ushibhoshi nodabulbhayi lokhu okumnyama okungathi yisibiba kuyayi Deworm inja bese uyabuya uzogoma nge Hi tet 120 Futhi Aii Kuningi engikbonayo 😹(amancoko)angisho ukuthi ngithini bengithi ngisakhona kphela ofuna usizo angibambe ku WhatsApp 076 997 7695 eyaku WhatsApp kphela 🤝

Sanibona kulaba abahlezi bangbuza ukuthi lezinto engijwayele kuzipost Ngikhuluma ngazo bangazitholaphi ..yilapha engsebe...
09/11/2026

Sanibona kulaba abahlezi bangbuza ukuthi lezinto engijwayele kuzipost Ngikhuluma ngazo bangazitholaphi ..yilapha engsebenza khona mubona lestolo wazi ukuthi uzozithola koda injection cha ngeke uythole ngisesecunda mall Mina uzongthola🤝

Makukhona abasadidekayo ukubona izinsini zenja egulayo nenja engaguli Nasi isthombe Senza konke kubelula..isifo esenza i...
02/11/2026

Makukhona abasadidekayo ukubona izinsini zenja egulayo nenja engaguli Nasi isthombe Senza konke kubelula..isifo esenza inja ibenezinsini ezingekho right Tickfever okuyisifo esiqala kancane siyayibulala nenja ungazi ukuthi inani..kulula kakhulu lokho kunemjovo eyu 2 esebenza kahle kakhulu Berenil nerednil..ungadidwa izinsini zenja egulayo 🤝

English:
Some people still struggle to tell the difference between the gums of a sick dog and those of a healthy dog.

Here is a picture to make everything easier to understand.

One disease that can cause abnormal gum colour in dogs is Tick Fever. It is a disease that develops slowly and can kill your dog without you even realising what is happening.

The good news is that there are two injections commonly used to treat this disease: Berenil and Rednil.

Don’t be confused by the appearance of a sick dog’s gums. Learn to recognise the warning signs early. 🤝

Sanibona Lomkhuba wokungafuni ukudeworm izinja bawuthathaphi abanye abantu deworming is very important..siyazi ukuthi iy...
27/10/2026

Sanibona Lomkhuba wokungafuni ukudeworm izinja bawuthathaphi abanye abantu deworming is very important..siyazi ukuthi iyabiza yabona lendlela othenga ngayo ibeer Uboke Uthenge deworm ungakhali ukuthi iyabiza (amancoko)😹inja mayilokhu ingagcwali koda idla obvious ikelemu lezo if uyadeworm umehluko awuboni shintsha phela deworm Musa ukumosha imali yakho ngedeworm engasebenzi ..uma inja ikuxaka ilethe Lana kimi ngikulungisele yona Mina uzoyithola after 2 years 😄

Lezinto enghlezi ngizi posts ngiwufakazi ziyangsebenzela nami..deworm njengoba ngasho if ingasebenzi ishintshe ngaqale n...
07/10/2026

Lezinto enghlezi ngizi posts ngiwufakazi ziyangsebenzela nami..deworm njengoba ngasho if ingasebenzi ishintshe ngaqale ngasebenzisa antizole amaphilisi ngabona ukuthi no aweak kakhulu inja ihlala 1 week bese iyehla Futhi ngase ngistick kwi nexguard spectra ne Milbemax njengoba injena..bamba kumacomment ithombe zezinto engiysebenzisayo noma ingakhoni uku digest kahle 🤝

Ezinye zezinto okufuneka ngathi ungahlezi unazo ukuthi uboya buzohlezi bushelela noma buluma noma budry ngeke uzisole La...
03/10/2026

Ezinye zezinto okufuneka ngathi ungahlezi unazo ukuthi uboya buzohlezi bushelela noma buluma noma budry ngeke uzisole Lana 🤝

Skin supplements

Sanibona angiphinde Futhi ngichaze lento ngoba abantu abaningi ku inbox still basakhala ngokungagcwali kwezinja zabo..if...
03/10/2026

Sanibona angiphinde Futhi ngichaze lento ngoba abantu abaningi ku inbox still basakhala ngokungagcwali kwezinja zabo..if ubona ukuthi deworm ayikusebenzeli ishintshe Musa ukusebenzisa into eyodwa elokhu ikumoshela imali if kukuthi usuzame wonke amadeworm zama umjovo ivermectin 🤝👏🏾

If you see like a deworm doesn’t work for you change it don’t waste your money on buying a same thing that doesn’t work 🙏

Izifo ezithanda kakhulu izinja nge summer ..heartstroke ne heat exhaustion ukuquleka kwenja ke lokho kuqhume inyongo ife...
30/09/2026

Izifo ezithanda kakhulu izinja nge summer ..heartstroke ne heat exhaustion ukuquleka kwenja ke lokho kuqhume inyongo ife kudalwa ukushisa kwelanga.

Tick bones disease idalwa ama ticks and fleas ke leyo

Heartworm iskelemu senhliziyo sibastrong kakhulu nge summer ngoba sidalwa uu mosquito and mosquito babakhona esummer vele

Tick and fleas amazeze lawo aba strong kakhulu esummer isifo sawo sishesha kakhulu.

Leptospirosis isifo esidalwa ukuthi inja iphuze amanzi ezindaweni eziningi ancolile Futhi njengasemadanyini Lana okuchama khona nezilwane ezizigulelayo inja Uzoybona ngokuhuda iphinde yehle emzimbeni mayiphethwe ilesifo sibastrong esummer Futhi

Izinto okmele ubenazo amaphilisi ama Ticks and fleas e.g Bravecto,nexguard
Imjovo e.g Sulfatrim,hi tet,berenil,sulmetrim plus NF,penicillin kahle kahle Imjovo nje enama antibiotics kakhulu nesiza for infection🤝

English::

Diseases that commonly affect dogs during summer:
• Heatstroke and heat exhaustion: These are caused by excessive heat from the sun. A dog may become weak or collapse, and in severe cases, it can die.
• Tick-borne diseases: These are caused by ticks and fleas.
• Heartworm: Heartworm is a very serious disease that becomes more common during summer because it is spread by mosquitoes, and mosquitoes are more active during summer.
• Ticks and fleas: They become more active during summer, and the diseases they spread can progress quickly.
• Leptospirosis: This disease can occur when a dog drinks contaminated water, such as water from ponds or other places where infected animals have urinated. A dog with leptospirosis may have diarrhoea and lose weight. The disease can become more serious during summer.

Things you should have available:
• Tick and flea tablets, e.g. Bravecto and NexGard.
• Injections/medicines such as Sulfatrim, Hi-Tet, Berenil, Sulmetrim Plus NF, and penicillin, particularly antibiotics and treatments used for infections.🤝👏🏾

Khona owake wangbuza ukuthi ngikhulisa ngani Ikuphi okubest kulaba..iskhathi esiningi if uthenga ama dogmore for puppies...
28/09/2026

Khona owake wangbuza ukuthi ngikhulisa ngani Ikuphi okubest kulaba..iskhathi esiningi if uthenga ama dogmore for puppies ubobheka percent lamaprotein libaluleke kakhulu protein lingabi ngaphansi 25% and worse if lingaphansi kwa 20% lokhokudla bowazi ukuthi kukhandelwe ukuthi inja isuthe nje kwaphela akunama benefits 🤝

1:Montego classic puppy
2:Montego karooo
3:Jock

Kwamele ngibe yisbonelo ekuphatheni inja yiwona wodwa umdlwane engasala nawo bayasazi abanye istory Sami esenzeka kimi n...
24/09/2026

Kwamele ngibe yisbonelo ekuphatheni inja yiwona wodwa umdlwane engasala nawo bayasazi abanye istory Sami esenzeka kimi ngudokotela koda owazalwa nobuphisi..isona esami isandla lesi .akekho ofuna ukuletha umdlwane ngimkhulisele 😄

Address

Secunda
529

Telephone

+27769977695

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Nkosi veterinary consultation posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Nkosi veterinary consultation:

Shortcuts

Share

Category

Nearby pet stores & pet services