19/11/2023
Abalaphi bemfuyo ongabethemba naku esikulaphayo emfuyweni
*Lonke uhlobo lwezikelemu
*Isikhumba esisikekile ne lumpy skin
*Amakhizane
*Clostridial diseases (ukuphelelwa amandla kwemfuyo)
*Imfuyo esiyilaphayo izimvu, izinkomo Kanye nezimbuzi
*Siyaxoxisana nomnikazi wemfuyo ngaphambi kokwelapha simfundise ukuthi inkomo mayinje iphethwe ukuthi nokuthi
*Sidayisa nezincwadi ezifundisa kakhulu ngemfuyo
*Sifunda ngaphansi kwenkampani edume kakhulu ngokunakekela imfuyo nedayisa imithi yemfuyo okuwu AFRIVET
* Okwamanje sisatholakala EMpendle kuphela...sizihambela zonke izigodi zase Mpendle namaphethelo
*Asinakekelo imfuyo ...IMFUYO IYIBHANGE LETHU THINA BANTU ABAMNYAMA so asiyigcine iphilile imfuyo yethu🙏
*Imithi yemfuyo isiyadura kakhulu manje kodwa thina sikulaphela imfuyo yakho ngamanani aphansi ksuka Ku R5 sethembe ngemfuyo yakho ngeke sikwenzele phansi🙌